Johnny Clegg

Moliva
Hawu baba ngashada intombi yami esikolweni emoliva Kwashunqa uthuli kwandlovu madoda silwela lobuhle Usipho wakipha izinkomo ezamalobolo ezinamasondo Wadlala umukwa wami, wadlala engalindile Wadlala umukwa wami engalindile kwakhikhiza abafazi Ngisho izulu eliphezulu lalihleka kancane 'zulu eliphezulu lalikhona lalihleka kancane Emoliva, emoliva Yamnandi lendaba ngaze ngashada emoliva ngiyabonga webanguni Ngaze ngashada ngaze ngathola nowami Wemzila wangincelisa amasiko ngaze ngaba wumuthu Hawu wemakhabela nangikhulisa ngaze ngaba wumuthu Kungathiwani ngani banguni nahlanganisa zonke izizwe Nahlanganisa zonke izizwe ubesehlulekile ubotha Nahlanganisa zonke izizwe ngobuhle ubesehlulekile ubotha Emoliva Yamnandi lendaba ngaze ngashada emoliva ngiyabonga webanguni Ngaze ngashada ngaze ngathola nowami (Various names shouted) Yamnandi lendaba ngaze ngashada emoliva ngiyabonga webanguni Ngaze ngashada ngaze ngathola nowami From Letras Mania